
Akwaba Nginejubane
Kwenza Nhlanzi
0 좋아요3:322026년 7월 17일
프롬프트
Akwaba nginejubane 1 Akwaba nginejubane Ngigijime ngiqinise, Ngahlukane nazo zonke Izifiso zenhliziyo yami. 2 Namhla ngijabhile Bengifuna uSimakade, Inhliziyo yami yangiphikisa Ngaphakathi kwami. 3 Ngenze Nkosi yami Ngahlukane nazo, Ngokubonga ngenjabulo Nginamele wena. 4 Ukukholwa kuwe Kungukuvuma kwenhliziyo, Uma inhliziyo ingiphikisa Ngovunyelwa ngubani. 5 Abahlebi bami bona Baphakathi kwami, Bavumela izono zami Ngingasinda ngani.